AMAPHOYISA aseLimpopo abophe uzakwabo ngamacala okubulala abantu abayisithupha ukuze athole inkokhelo yemali yomshwalensi.
BEYINGAPHANDLE ngoshwele onikezwa iziboshwa ngecala lokubula nelokweqa ejele indoda esolwa ngokusoconga abantu abangu-18 ...
UPortia, ozakhele udumo ngokulingisa kwi Mbewu The Seed, uthe izitatanyiswa ezizobe zidlubhe imiswenko eqhakambisa i-Afrika ...
AKUMKHATHAZI ukusetshenziswa ezindaweni ezehlukene enkundleni umdlali we-Orlando Pirates, uDeon Hotto, okwazi ukuyibamba ...
UKUNGABI nesikhathi esanele kuphoqe umpetha we-WBF International Junior Bantamweight, uBathabile Ziqubu ukuthi awagaxe ...
UKUDLEBELEKA kwentsha kuholela ekutheni yenze izinto ezingalungile futhi icwile nasezidakamizweni, ngenye yezinto ezikhathaza ...
Umshanguzo i-Insulin yatholakala ukusebenza kwayo ngo-1922 ezwenikazi iCanada. Ngo-1916 kwakunodokotela u-Elliot Joslin ...
UBE mayoywana ukugxekwa ezinkundleni zokuxhumana umculi wokholo, uWinnie Mashaba ofike ngendiza encane eyobhonga emswaneni ...
UMQEQESHI we-Orlando Pirates, uJose Riveiro, uvule isifuba ngobumqoka bendima edlalwa yiphini lakhe, uMandla Ncikazi, ...
INGQALABUTHO emculweni wombhaqanga futhi engomunye wabasunguli beSoul Brothers, uMoses "Black Moses" Ngwenya, izobungazwa emcimbini ohlelwa yinhlangano ehlonishwa umhlaba wonke i ...
USIHLALO woLundi United, uSanele Hlongwa, ukholwa wukuthi ukwesekwa uMasipala uLundi kuzokwenza omkhulu umehluko ...
LUGOBILE uphondo eqenjini Umkhonto weSizwe ePhalamende izolo, ihoxisa umholi wayo ePhalamende uDkt John Hlophe, ekubeni ...